UMchunu uzokwamukela umbiko kaMoerane

Kungesikhathi kuqhubeka ukwethulwa kobukazi kwiKhomishana kaMoerane

154

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

KULINDELEKE ukuthi ksasa uNdunankulu uMnuz. Willies Mchunu  kanye neziphathimandla  zesifundazwe saKwaZulu-Natali   bamukele ngokusemthethweni umbiko ophelele kwiKhomishana kaMoerane ebiphenya kabanzi ngokubulawa kosopolitiki kulesifundazwe.

Le Khomishana uShlalo obekungu Advocate Marume Moerane yaqokwa uNdunankulu ukuphenya ngokuthi ingabe ukubulawa kosopolitiki kuhlobene yini nezombuzaswe.

Kuzokhumbuleka ukuthi kusukela ngonyaka ka 2016 bezilokhu ziqhubeke njalo izibalo zokubulawa kosopoliki ikakhulukazi eHostela iGlebelands.

 

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: