I-ANCYL KwaDukuza izonikela ngezihlalo ezinamasondo

UNobhala jikelele we-ANCYL kwisifunda iGreater KwaDukuza uMnuz. Musa Zondi

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UPHIKO lwentsha lwe ANCYL ngaphansi kwesifunda iGreater KwaDukuza ksasa kulindeleke luvakashele ekhaya lezintandane IKhwezi Orphanage Home ngaphansi kawadi-15 endaweni yaseMandeni ngenhloso yokuyonikela ngezihlalo ezinamasondo (Wheelchairs).

OnguNobhala wesiFunda uMnuz. Musa Zondi uthi emva kokunikela ngezihlalo bazobe sebeqala uhlelo lokukhulula bapende kabusha lelikhaya  libe sesimeni esikahle.’’Senza lokhu njengenxenye yezinhlelo esinazo kunyaka u2018/2019 nanjengegxathu lenhlangano lokuyaphambili kubhekwe okhethweni lukazwelonke oluzoba ngo 2019.’’

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: