Bazobingelela imantshi ksasa abadune imoto eMlazi

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

BAYAVELA  ksasa enkantolo   kamantshi eMlazi abasolwa ababili abasolwa ngokuduna imoto kanye nokubamba inkunzi.kubikwa ukuthi izolo ngezithuba zehora lesi-8 ekuseni isisulu besisemzini waso kaL eMlazi ngesikhathi labasolwa bengena kwaso basikhomba ngesibhamu bathatha imoto babaleka ngayo bathatha nomakhala ekhukhwini.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe uColonel Thembeka Mbhele uthi uthi kuvulwe icala lokubamba inkunzi esteshini samaphoyisa  iBhekithemba  emva kokuthi amaphoyiosa aqapha ubugebengu ethole imoto  endaweni yaseZingonyameni kanye nomakhala ekhukhwini wesisulu.”Bobabili labasolwa abaphakathi kweminyaka 19-21 basestoksini bazovela ksasa enkantolo bebhekene necala lokutholakala nempahla entshontshiwe.’’

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: