Unozinti uVirgil Vries oseshiyile kuBaroka FC

125

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

IQEMBU leBaroka FC selikuqinisekisile ukuthi inhloko ihlukene nesixhanti phakathi kwalo nonozinti uVirgil Vries njengoba liqhubeka nokulungiselela ukuqala kwesizini entsha. Leli qembu laseLimpopo lisanda kusayinisa abadlali abayishumi laphinde lamemezela nomqeqeshi omusha uWedson Nyirenda. Ngaphambi kokuba limemezele abadlali abasha likhombe abadlali abahlanu. Lo nozinti uqale ukubhedelwa yizinto emva kokumiswa kwalowo owayengumqeqeshi waleli qembu uKgoloko Thobejane, njengoba waphucwa ijezi u-Ayanda Dlamini

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: