Kuzobanjwa umkhuleko wesifundazwe eBergville

uNdunankulu uMnuz. Willies Mchunu

116

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UNDUNANKULU wesfundazwe uMnuz. Willies Mchunu uzobamba umkhuleko eBergville kulelisonto.Le mikhuleko yamenyezelwa ikhabhinethi lesifunazwe ngenyanga edlule kulandela ukwanda kwezigameko zokuhlukumeza ,ubugebengu kanye nokubulawa kwabesfazane,izingane nabaholi bezipolitiki.

Kubikwa ukuthi umkhuleko waksasa uzobanjelwa enkundleni yezemidlalo eLadysmith bese kuthi ngolwesihlanu kwethulwe ngokusemthethweni uhlelo oluzobizwa ngeMoral Regeneration Movement and Girls Economic Empowerment Winter Camp eBergville ngolwesihlanu.Loluhlelo uhulumeni uhlose ngalo ukuthuthukisa abasifazane abasebancane ekutheni bakwazi ukuba neksasa eliqhakazile ekuthuthukisweni komnotho uma kuvela amathuba afanele.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: