Kuzophazamiseka ugesi ezindaweni ezakhele iTheku

164

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UMASIPALA weTheku usuxwayise amalungu omphakathi ngokuphazamisemiseka kukagesi okuzokwenzeka ngempelasomnto (24 Juni 2018) ezindaweni ezilandelayo:Hillcrest,Waterfall,Bothas Hill,Assagay,Dassenhoek,Shongweni,Ngcolosi,KwaNyuswa,Gillits,Molweni,Crestholme,Winston Park kanye nenxenye yeKlaarwater.

Oyinhloko yezokuxhumana uMnuz. Mandla Nsele uthi ukuphazamiseka okuzokwenzeka kungenxa yokuthi kuzobe kulungiswa okuthile esiphehlini sikagesi esiphakela lezindawo.”Sithanda ukuxolisa kumalunga omphakathi azothinteka kodwa kuzoba isikhashana ngoba uhlelo lokulungiswa luzoqalwa kusukela ngehora le 7:00 ekuseni kuya kweloku 13:00 emini”

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: