Asephelile awoMbukiso wezamaBhizinisi.

155

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UMASIPALA weTheku uthi asephelile amathikithi ezikhala zombukiso wezambhizinisi ozobanjelwa enxanxatheleni yezitolo KwaMnyandu elokishini laseMlazi.Esitatimendeni esikhishwe ilomasipala siveza ukuthi amathikithi aphele lungakashayi ngisho usuku oluwumnqamulajuqu lokudayiswa kwamathikithi.obekungu mhlaka-29 Juni.

Umeya weTheku uCllr Zandile Gumede uthi ukusheshe aphele amathikithi kukhombisa ukuthi idolobha lenza kahle ngokuvuselela iBusiness fair unyaka nonyaka.

“Lokhu kuyasivezela ukuthi kuningi okuzuzwa osomabhizinisi abancane  ekuththukiseni ulwazi lwabo kwezamabhizinisi”

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: