Kufunwa osolwa ngokubulala eMargate

83

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

AMAPHOYISA esifundazwe asecele eze ngaphambili ongaba usizo ngesigameko sengozi esenzeka eduze naseBird Park endaweni yase Uvongo emgwaqeni uMarine Drive eMargate.

Kubikwa ukuthi mhlaka 16 May 2015 ngezithuba koshaya ihora lesithupha ekuseni amaphoyisa aseMargate athola isikhalazo ngengozi eyayimbandakanya iveni nesithuthu.Okhulumela amaphoyisa uGeneral Thulani Zwane uthi kulengozi kwashona ubaba nendodana ababegibele isithuthu kwavulwa icala lokubulala ngokungenhloso.UZwane uthi emva kwesikhathi kwabe sekuvela ukuthi   uhlobo  lweveni kwakuyi  Honda Jazz yayishayelwa owesilisa  olinganiselwa  (86).

Onolwazi kucelwa athinte amaphoyisa aseMargate

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: