Kuzoklonyeliswa abasebenzi KwaDukuza

Cllr Ricardo Mthembu

178

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

KULINDELEKE ukuthi ksasa uMeya kumasipala waKwaDukuza uCllr Ricardo Mthembu ethule inkulumo emcimbini wokuklomelisa abasebenzi balomasipala obizwa ngeMunicipal Excellence Awards 5th.Owomnyango wezokuxhumana uMnuz Sipho Mkhize uthi umeya uzophinde asebenzise lelithuba ukuqhakambisa labo asebesebenzele lomasipala iminyaka eminingi bakwazi ukuzibophezela nokwethula izinto ezenze lomasipala wakhula futhi wathuthuka.

“Ubuholi buzophinde buvalelise  ngokusemthethweni abasebenzi asebethatha umhlalaphansi ababambe elikhulu iqhaza ukuyisa umasipala phambili futhi ukhule.”

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: