Amaphoyisa aseBhekithemba afuna umuntu olahlekile

Zama Nzuza

101

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Amaphoyisa aseBhekithemba acela usizo kumalungu omphakathi mayelana nokulahleka kowesifazane uZama Nzuza (16) wakumgaqo waseDloko, Emlazi.  Akaphilile kahle ngokwengqondo futhi wagcina ukubonwa ngomhlaka 16 Juni 2018, egqoke iblukwe eliBlue kanye nesikibha esiYellow.

 

Umuntu onomniningwano ngokuthi angatholakala kuphi kucelwa athinte uKaputeni Ndimande kule nombolo 082 350 0843 noma 031 9099923. Noma kule nombolo yeCrime Stop 08600 10111.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: