Amaphoyisa aseMaydon Wharf afuna Umndeni noma izihlobo zowaduka.

Zanele Nzuza

112

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Amaphoyisa aseMaydon Wharf acela  ukufuniswa Umndeni noma izihlobo zika Zanele Mjoli (26), wase Ntabankulu, kwindawo yaseEastern Cape. UZanele watholwa kwindawo yaseMaydon Wharf ngomhlaka 13 Meyi 2018 washo ukuthi omakhelwane bakhe uNonhle, Mamajola noMzukisi abahlala ngakwisikole saseClement esibizwa ngeJabulile.

Umuntu onemininingwano yokuthi umndeni noma izihlobo zakhe bangatholakala kuphi kucelwa athinte amaphoyisa aseDurban Harbour kule nombolo 031 274 0409/10 noma uSergent Kevin Govender kule nombolo 084 555 7966/ 031 319 2258. Noma athinte le nombolo yaseCrime Stop 08600 10111.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: