Monthly Archives

July 2018

Amaphoyisa aseKokstad afuna olahlekile

Amaphoyisa aseKokstad acela amalungu omphakathi abasize mayelana nomuntu olahlekile, Oyayo Ntsunguzi (12).  Wagcina ukubonwa uAnti wakhe eLusikisiki Eastern Cape ngomhlaka 16 Julayi 2018.  Kusolakala ukuthi ebehamba eya eKokstad ngeTaxi…

Usulile esikhundleni uManana

I-National Freedom Party (NFP) yamukela ukushiya kuka Mduduzi Manana esikhundleni.  Leli qembu lithi uMnu. Manana usedale umonakalo omkhulu owenze ukuthi axoshwe njenge lungu lephalamende kepha ne-ANC ibimvikela ingafuni ukuthi aqondiswe…

Amaphoyisa aseBrighton Beach acela usizo

I-Brighton Beach Family Violence, Child Protection kanye nabophiko leSexual Offences bacela usizo kumalungu omphakathi mayelana necala lokudlwengula abaliphenyayo.  Kunezinsolo ezithi ngomhlaka 17 Ephreli 2018 phakathi ka-19:30 no-21:00,…

Ugwetshiwe Owadlwengula eGreytown

INKANTOLO yesiFunda iGreytown igwebe umlisa (29) ubudala udilakajele emva kokulahlwa icala lokudlwengula.K ubikwa ukuthi mhla ziyi 12 Julayi nonyaka  intantolo ilalele bonke ubufakazi osebethuliwe ngokudlwengulwa  kwentombazanyana…

Bagwetshiwe ababulala eSkhaleni

  Inkantolo Ephakeme yase Mgungundlovu igwebe ababulali abane odilikajele.  USabelo Zulu (36) ugwetshwe odilika jele abathathu bokubulala izisulu ezimbili nokudlwengula owesifazane.  Waphinda wagwetshwa iminyaka ewu-60 yokuphanga kanye…