Bathole Imiklomelo KwesakwaShukela

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Namhlanje iskhwama sabeMboni yakwaShukela esixhasa abafundi ngoxhasomali lwabafundi I Sugar Industry Trust Fund For Education sizonikela ngamaComputer kubafundi abenze kahle emaNyuvesi ebebexhaswe ileskhwama.

OnguShlalo waleskwama uMnuz. Tim Murray uthi unyaka nonyaka ngenyanga kaJuly babungaza impulelo yabafundi asebephumelele ukukhombisa ukubonga ngemisebenzi emihle abayenzile.

Kanti omunye wabafundi obefunda e-UKZN uNonkululeko Khanyi enza izifundo zezoLimo uthi babonga kakhulu ngabekwenzele abaleskhwama ngoba esezophuma esikoleni wayengazi zoqhubeka ngani njengoba ewumuntu okhuliswe u gogo.”Ngathi mangithola ithuba lokuthi ngizoqhubeka ngifunde kwabengathi ngyaphupha ngazitshela ukuthi angisabheki emuva njengoba ngize ngafika ekugcine.”

 

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: