Kufunwa abacekele phansi isakhiwo kwaNokweja

uNkk Bongi Sithole-Moloi

154

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UNGQONGQOSHE womnyango wezobuciko namasiko esifundazweni saKwaZulu-Natali uNkk. Bongi Sithole Moloi usegxeke isigameko sokucekelwa phansi ngomlilo isigcianalwazi engaweni yaKwanokweja eXopo.Kubikwa ukuthi amalungu abambe umbhikisho ekhala ngezidingo abe eseshisa isakhiwo.

“Sicela Amalungu omphakathi ahloniphe futhi avikele izindawo zikahulumeni, lezindawo ezokusiza wonke amalungu omphakathi abadala nabancane. Lesigcinalwazi sakulendazwo  sakhiwelwe  ukusiza umphakathi kanye nezingane ekuthuthukiseni ulwazi lwabo kanye nokuthola imininingwane.  Sicela umphakathi usisize ekutholeni lezigebengu ezenze lento.” Kusho uSithole-Moloi.

Kanti ulinganiselwa ku 1.9 million wamarandi umonakalo odalwe yilombhikisho

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: