Kushone abasolwa bezama ukbamba inkunzi eKranskop

146

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

KUVULWE  icala lokuzama ukubulala,elokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni kulandela isigameko sokubanjwa kwenkunzi esitolo esiseKranskop.Kubikwa ukuthi ngomgqibelo kugasele abasolwa abebehlomile badubula kwalimala abathengi ababili.Okhulumela amaphoyisa esifundazwe uColonel Thulani Zwane uthi kutholakale izibhamu ezimbili ezingekho emthethweni kubasolwa abashonile.UZwane uthi omunye wabasolwa ukwazile ukubaleka nesamba semali esingadalulwanga.

Kube sekuvulwa icala lokubulala emva kokushona kwabasolwa ababili

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: