Amaphoyisa aseBrighton Beach acela usizo

92

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

I-Brighton Beach Family Violence, Child Protection kanye nabophiko leSexual Offences bacela usizo kumalungu omphakathi mayelana necala lokudlwengula abaliphenyayo.  Kunezinsolo ezithi ngomhlaka 17 Ephreli 2018 phakathi ka-19:30 no-21:00, owesiliswa ongaziwa wahlasela isisulu (18), wamklinya, wamhudulela ehlathini lapho amdlwengule khona eduze komgwaqo wase Esther Roberts.  Lomsolwa cishe abeneminyaka ewu-25, umfishane futhi uyakhanya ngokwebala.  Amaphoyisa akholwa ukuthi lomlisa osesthombeni angasiza ekuxazululeni leli cala.

Onomniningwano wokuthi lo weslisa angatholakala kuphi kucelwa athinte lezi nombolo 083 560 0586/ 031 203 7336. Noma athinte lenombolo yeCrime Stop 08600 10111.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: