Amaphoyisa aseKokstad afuna olahlekile

Ovayo Ntsunguzi

86

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Amaphoyisa aseKokstad acela amalungu omphakathi abasize mayelana nomuntu olahlekile, Oyayo Ntsunguzi (12).  Wagcina ukubonwa uAnti wakhe eLusikisiki Eastern Cape ngomhlaka 16 Julayi 2018.  Kusolakala ukuthi ebehamba eya eKokstad ngeTaxi kodwa wagcina engafikanga eKokstad la kuhlala khona umama wakhe.  Ugcine ukubonwa egqoke ijezi leTracksuit elimnyama, iblukwe leTracksuit eliGrey namateku a-Brown anombala omhlophe. Cishe abe 1.2 meter ubude futhi umnyama ngebala.

 

Onemininingwano wokuthi angatholakala kuphi kucelwa athinthe lenombolo 082 334 8610/ 039 727 6300/039 797 1123 noma lenombolo yeCrime Stop 08600 10111.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: