Amaphoyisa aKwamsane afuna umfana omncane olahlekile.

odukile

102

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Abaphenyi beKwaMsane Family Violence, Child Protection neSexual Offences Unit bacela amalungu omphakathi abasize ekutholeni uMfundo Hlophe oneminyaka ewu-9.  Wagcina ukubonwa ngomhlaka 26 Julayi 2018 ngo16:30, kamakhelwane, Mfekayi Reserve.  Wayegqoke isikhindi esiNavy. Sicela onemininingwano yokuthi angatholakala kuphi kucelwa athinte lenombolo 073 417 6682/035 551 9059 noma kule nombolo yeCrime Stop 08600 10111.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: