Abahlala koLindela eSipingo Transit Camp bavale thaqa umgwaqo uM35 eSipingo bekhala ngezindlu zomxhaso.

127

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Abahlala koLindela eSipingo Transit Camp bavale thaqa umgwaqo uM35 eSipingo bekhala ngezindlu zomxhaso. Lomphakathi uthi ukhathele ukubanjiswa isisila sehobhe ngumasipala weTheku. Bacula amaculo athi “siyaya eCornubia”. Lokhu kusho u kuphazamiseka kwabagibeli abaya esiphingo be suka koMbumbulu, Folweni, Makhutha, Lotus Park nezinye. Nyakenye, kulendawo eyakhiwe eduze nomfula isipingo, yambozwa ngamanzi umphakathi wasizwa ukuphuma ukutakulana emanzini.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: