Sekudutshulwe umshayeli eHostela laKwaMashu

140

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

SEKUDUTSHULWE kwabulawa umshayeli wetekisi esigcemeni sakwa-A eHostela laKwaMashu.Imibiko iveza ukuthi lomshayeli ubethwele abagibeli abebebheke eMhlanga ngesikhathi kuqhamuka abalisa abangadalulwa bedubula bebhikise kumshayeli washonela endaweni yesgameko.

Okwamanje kusavela izinsolo zokuthi ukudutshulwa kwalomlisa kunombango womuntu wesifazane.

 

Amaphoyisa abengakatholakali ukuphawula ngaloludaba

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: