ABASOLWA ABATHATHU BABOSHELWE IZIDAKAMIZWA.

120

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Amalungu eSAPS Chatsworth Drug Unit aqale ukwenza umsebenzi wokubheka izidakamizwa owenze kwaboshwa abasolwa abathathu.  Amaphoyisa abophe umsolwa oneminyaka ewu-22 kwindawo yase Croosmoor lapho atholwe namaphilisi ekusolakala ukuthi i-herion. Amaphoyisa aphinda abopha abasolwa ababili abaneminyaka ewu-39 no-45 lapho batholakale namaphilisi  abizwa ngeMandrax kanye neCocaine.

 

Labasolwa bazovela namhlanje enkantolo kaMantshi eChatsworth

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: