UZOHAMBELA AMABANDLA AHLUKENE UMNTWANA WAKWAPHINDANGENE

INKOSI MANGOSUTHU BUTHELEZI

113

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

KULINDELEKE ukuthi uMholi weqembu leIFP iNkosi Mangosuthu Buthelezi avakashele amaBandla ahlukene ngempelasonto.

Esitatimendeni esikhishwe iqembu siveza ukuthi uzohambela iBandla iChristian Revival Centre,Crossmoor Drive,Crossmoor,Chatsworth emva kwalokho bese ethamela inkonzo yomngcwabo welungu elidlule emhlabeni uMnuz. David Ntombela enkundleni yezimidlalo yesikole iKwaMncane High School.

 

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: