Kuqokwe umenenja omusha kumasipala iLembe

uCllr Geoffrey Khumalo

181

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UMenenja omusha kumasipala wesiFunda iLembe uCllr Geoffry Khumalo usebonge kakhulu iziphathimandla zalomasipala ngokuthembela kuyena ekumqokeleni esikhundleni sokuba umenenja kulomasipala.

Ukuqokwa kukaKhumalo kuza emva koksula kukamenenja obembambile ngonyaka odlule uCllr Nonhlanhla Gumede kanti uke wasbamba lesikhundla ngonyaka ka-2014 kulandela ukuthi kwadlula emhlabeni uCllr Muzi Madlala owanguMenenja ogcwele kulomasipala.

UKhumalo uthi uzibophezele ukusebenzela lomasipala ngokuthembeka kanye nokuwubeka kwelinye izinga.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: