Buzohambela eMlazi ubuholi be-IFP ksasa

183

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

KULINDELEKE ukuthi ksasa iqembu IFP kwisiFunda saseThekwini lihambele elokishini laseMlazi esigcemeni sakwa-Q ngenhloso yokuyobheka ukungalethwa kwezidingongqangi zomphakathi ngendlela efanele.

Esitatimendeni esikhishwe Ilona leli qembu siveze ukuthi ubuholi besifunda buzolalela izikhalo zomphakathi ikakhulukazi ngokubambezeleka kokulethwa kwentuthuko,ukungazivezi kwamaKhansela alamawadi kanye neProjecti yokwakhiwa komgwaqo engapheli esigcina ihlukumeza abagibeli kanye nabafundi.

Kanti kuzohanjelwa uwadi 87-85 emijondolo yaseSofaya.

 

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: