Kuxwayiswa abasebenzisa i-WIFI KwaMashu

104

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

AMAPHOYISA aselokishini laKwaMashu asenxuse amalungu omphakathi ngokuqaphela izigebengu ezihlasela izindawo ezifakwe amaWIFI.Lokhu kulandela amacala amaningi asevuliwe okuphucwa kwabantu omakhala ekhukhwini  ezindaweni abasuke besebenzisa khona Iwifi.

Kubikwa ukuthi icala lakamuva livulwe isisulu esaphucwa umakhalekhukhwini waso eduze neswimming pool esemgwaqeni uNkabinde Road esigceni sakwaF khona KwaMashu okwathi singalindele sahlaselwa abasolwa ababili basikhomba ngemimese maqede bathatha umakhalekhukhwini.Amaphoyisa athi umphakathi kumele uziqaphele lezindawo ukuze ungeke uzithole zewuyizisulu.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: