Kuxwayiswa ngezimvula KZN

Cogta MEC:NomsaDube-Ncube

108

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UNGQONGQOSHE womnyango wezokuBusa nokuBambisana neziNdaba zoMdabu uNkk. Nomsa Dube-Ncube uthi ami ngomumo amathimba ezokutakula njengoba isimo sezulu singesihle esifundazweni saKwaZulu-Natal.Ngokwemibiko yabeSouth African Weather Service iveze ukuthi kuzoba nesimo samakhaza,izimvula kanye nomoya onamandla  ongaholela ekutheni kube nezikhukhula kusukela namhlanje kuze kube iksasa.

UDube-Ncube uthi unxusa abashayeli bezimoto  baqaphele njengoba imigwaqo kulindeleke igcwale amanzi ikakhulukazi kulezondawo esezidume ngezingozi.”Sinxusa kakhulu nomphakathi ukuba ungaweli emabrijini angaphephile angabenza beshibilike bamuke nemifula”kusho uDube-Ncube

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: