Kuzokwethulwa owokufundwa kwezincwadi eThekwini

eThekwini logo

116

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

KULINDELEKE ukuthi ksasa umasipala weTheku wethule ngokusemthethweni umkhankaso i-One Book Campaign noRosie Motene wencwadi iReclaiming the Soil.Lo masipala uthi ngalomkhankaso uhlose ukugqugquzela isiko lokufundwa kwezincwadi.

Esitatimendeni esikhishwe ilomasipala siveza ukuthi “Abahlali baseThekwini  bayanxuswa ukuba bayifunde lencwadi (Reclaiming the Soil) bawuqonde kahle umyalezo wayo kanye nekuqukethe Phakathi ukuze lokho kuzobenza babenogqozi lokufundwa kwezincwadi.”Lencwadi ebhalwe uRosie Motene indlala kabanzi ngokuthwala kanzima kwengane yomuntu omnyama ekhuliswe umndeni wakwaJewish eJohannesburg kanye nokunye

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: