Kubanjwe umkhuleko wabafundi eNquthu

202

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

umkhandlu waseNquthu oholwa uSodolobha ukhansela SM Kunene kanye namakhansela omkhandlu bebehlele umkhuleko wokukhulekela abafundi bebanga leshumi baseNquthu lomkhuleko ububanjelwe eVA Makhoba ubuhanjelwe abafundi baka grade 12 ababuya ezikoleni ezahlukene, othisha, abazali , abahloli , abasokhozini okungu Scelo Mbokazi, Samke kanye no Khalesakhe umfo kamalovane , iminyango eyahlukene.”sibonge kakhulu kumnyango wezemfundo ukuthi idedele abafundi beze kulomkhuleko yize sebese malungiselelweni okubhala izivivinyo zabo zokuphela konyaka”.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: