Bazovela enkantolo abatholakale nezibhamu eMvoti

124

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Bazovela  enkantolo kamantshi eNew Hanover abasolwa ababili (36-46) ababhekene necala lokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.Kubikwa ukuthi ngolwesihlanu olwedlule ebusuku amaphoyisa ePietermaritzburg Tactical Response Team nawaseDalton abeqhuba umkhankaso wabo eMvoti kanye nase-Inadi. Nokuyilapho bekwaze ukubopha labalisa emva kokubathola nezibhamu nezinhlamvu okungekho emthethweni.

Kanti amaphoyisa kuthiwa aphinde athola isibhamu okungazeki ukuthi esikabani okwamanje.Bobabili abasolwa babhekene necala lokutholakala nezibhamu okungekho emthethweni

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: