Kunxuswa abafundi benze izifundo zokuxhunywa kwamanzi.

152

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

USHLALO webhodi uMngeni Water Ziphozethu Mathenjwa uthi kubalulekile ukuthi abafundi benze umkhakha wobunjiniyela kwezokuhanjiswa kwamanzi.UMathenjwa usho lokhu ngesikhathi usekela ngqongqoshe wezaManzi nokuthuthwa kwendle uPamela Tshwete ehambele isiphehli samanzi esakhiwayo uThukela Bulk Water Supply Scheme ngenhloso yokuzohlonza kabanzi ngomsebenzi wokwakhiwa kwengqalazisinda yezamanzi eqhubekalayo kulesiphehli njengoba sesiphothothuliwe isigaba sokuqala.

 

“Sibhekana nenkinga uma sekufanele siqashe abantu bendawo abenze izifundo zobunjiniyela kwezamanzi.Siyanxusa abafundi ekutheni bangene kulo mkhakha ukuze bezokwenza umsebenzi wethu ubelula uma kuvela amathuba emisebenzi.”Kusho uMathenjwa.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: