Kushone owesilisa ewa emotweni ngempelasonto eThekwini

100

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UMEYA weTheku uCllr. Zandile Gumede usedlulise amazwi enduduzo emndenini wowesilisa (23) oshone ngesikhathi ewa emotweni yamakhebuli eDurban Beachfront Funworld ngempelasonto.

Imibiko iveza ukuthi lomlisa ubekulemoto nokuthe mezama ukusukuma wawela phansi emva kwalokho waphuthunyiswa esibhedlela iAddington wafike washonela khona ngehora lesikhombisa ntambama.Kanti amaphoyisa ayaphenya ngalesigameko.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: