NFP ithi akasule uMeya weTheku

185

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

UShlalo weNFP esifundazweni saKZN uMnuz. Vikizitha Mlotshwa

Iqembu NFP esifundazweni iKZN seliphakamise ukuthi asuke esikhundleni sakhe uMeya weTheku uCllr Zandile Gumede osolwa ngamacala enkohlakalo nokukhwabanisa.

Leliqembu lisho lokhu esithangamini nabezindaba ebesibanjelwe eThekwini namhlanje okuyisthangami sokuqala emva kokhetho lukazwelonke obelubanjwe mhla ziyi-8 Meyi 2019.

UShlalo waleliqembu uMnuz. Vikizitha Mlotshwa uthi beyiNFP bafuna umnyango waka-COGTA udlale indima yawo ngodaba lukaMeya kulandela imibandela yeBheyili etholwe uMeya uGumede.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: