Kuvalwe amahhovisi kamasipala ngenxa yemibhikisho

86

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Umasipala wakwa Dukuza umemezele emiphakathini ngokuvalwa kwamahhovisi kumasipala ngenxa yemibhikisho oqubuke kulendaweni.Lomasipala umemezele ukuthi le mibhikisho ayihlobene nomasipala yize ukusebenza kwehhovisi kuphazamisekile.

Umasipala unxusa abasebenzi ukuba baqikelele ukuphepha kwabo kanye nempahla yabo. Imininingwane eminingi kumenyezelwe ukuthi izokwethulwa ngokuhamba kwesikhathi.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: