UQHUBE KAHLE UMKHANKASO WOKUQWASHISA OGOGO EMZUMBE

61

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

SANELISIWE NGEMA

Umkhankaso wokuqwashisa izaguga ngeCorona Virus uqhubeke kahle namuhla njengoba izaguga zithole ukufundiseka ngalomkhuhlane. 

Lomkhankaso uqhutshwe ngokubambisana phakathi kukamasipala waseMzumbe kanye kweminyango yahulumeni endaweni kwaPhungashe kuWard 04. Yize ukuhola kuqale emva kwesikhathi kodwa amakhansela, amaPhoyisa, abakwaSASA Kanye noMnyango wezeNhlalakahle baqhubekile nokuhlela olayini  ukuze abantu bahlale baqhelelelane baphinde bageze izandla ngamanzi kanye nesanitizer. 
Uhlelo lokuholela izaguga luhambe kahle yonke iminyango ilekelelana ukuthi abantu baphephe bangathelelani ngomkhuhlane.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: