KUSIZAKALE ABASWELE NGALESIKHATHI SE-LOCKDOWN EMHLATHUZE

133

Get real time updates directly on you device, subscribe now.


THABANI MAPHUMULO
UMASIPALA uMhlathuze enyakatho nesifundazwe iKwaZulu Natal ngokubambisana noMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi esifundazweni wethule uhlelo olubizwa ngeSocial Relief of Distress ehholo lomphakathi eNgwelezane.
Lolu hlelo kuhloswe ngalo ukusiza leyomindeni eswele eyakhele lomasipala. ISekela leMeya kulomasipala uDudu Sibiya kanye noSilondile Mkhize bakhiphe amaphasela okudla kwimindeni edonsa kanzima ngaphansi kwesimo seLockdown  njengoba kumiswe yonke into kuleli ngenxa yokuzama ukulwisana negciwane iCovid-19.

Get real time updates directly on you device, subscribe now.

Leave A Reply

Your email address will not be published.

%d bloggers like this: