• AdminAdmin
  • February 28, 2022
  • 0 Comments
UMasipala weTheku nendathane yamathuba omsebenzi

MAGAYE CELE UZOQASHA abantu abalinganiselwa ku-10500 uMkhandlu weTheku oholwa yiMeya, uKhansela Mxolisi Kaunda. Lokhu lo Mkhandlu uzokwenza ngasekupheleni kwenyanga uMarch. Lolu hlelo loMkhandlu kuvele ukuthi ulwenza ngenhloso yokudala amathuba omsebenzi kulabo…

  • AdminAdmin
  • February 28, 2022
  • 0 Comments
OWAKWADUKUZA NOHLELO LWEMIFUNDAZE KUBAFUNDI

MAGAYE CELE UMKHANDLU waKwaDukuza enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal usunohlelo lokunikezela ngemifundaze kubantu abasha bakule ndawo abanentshisekelo enkulu yokuthi baqhube izifundo zabo ezikhungweni zemfundo ephakeme. UMkhandlu waKwaDukuza uholwa nguKhansela Lindiwe Nhasa. Kuzokhumbuleka…

  • AdminAdmin
  • February 28, 2022
  • 0 Comments
KUSEQHULWINI UKUHANJISWA KWEZIDINGO KUBANTU KWIMEYA YELEMBE

MAGAYE CELE LUSEQHULWINI kwiMeya yesiFunda iLembe, udaba lokuqinisekisa ukuphuthunyiswa kwezinsiza kubantu kanye nodaba lokwakhiwa kwengqalasizinda eseqophelweni eliphezulu. Lezi zindaba ziqinisekiswe yiyona qobo iMeya yalesi siFunda, uKhansela uThobani Shandu. IsiFunda iLembe kuzokhumbuleka…

  • AdminAdmin
  • February 28, 2022
  • 0 Comments
IPHINI LEMEYA NOHLELO LOKUFAKELWA KUKAGESI EMIJONDOLO

MAGAYE CELE LWETHULWE ngokusemthethweni uhlelo lokufakelwa kukagesi emijondolo. Lolu hlelo lwethulwe yiloyo oyiPhini leMeya kuMkhandlu weTheku, uMnuz Philani Mavundla ebambisene nethimba likaMasipala weTheku eliseMnyangweni wezamanzi nelibhekelele ukusebenza kukagesi ezindaweni ezahlukene ezakhele…

  • AdminAdmin
  • February 28, 2022
  • 0 Comments
UMKHANDLU WASEMANDENI UNIKEZELE NGOMTAPO WOLWAZI

MAGAYE CELE UMKHANDLU waseMandeni enyakatho yeKwaZulu Natal sewethule ngokusemthethweni uhlelo lomtapo wolwazi lukamahamba nendlwana phecelezi (Mobile Library). Ukwethulwa ngokusenthethweni kwalolu hlelo bekukade kuqhubeka esigodini sakhona eMandeni, eMcambini kuWard 09.  Abantu…

  • AdminAdmin
  • February 28, 2022
  • 0 Comments
UNgqongqoshe uKhoza nenhlabamkhosi kwelezidakamizwa

TSEPO MOLEFE UNGQONGQOSHE woMnnyango wokuThuthukiswa koMphakathi kwaZulu-Natal uNkk Nonhlanhla Khoza uhlabe ikhwele kwizakhamizi zesifundazwe ukubambisana naye ekulweni nesihlava sokusetshenziswa kwezidakamizwa okuthiwa ludla lubi entsheni emphakathini. UNkk Khoza uze nalenhlabamkhosi ehambele ehostela…

×