ILembe nezinhlelo zokuqinisa ubudlelwano bomqashi nezisebenzi
TSEPO MOTLOKOA UMASIPALA wesiFunda seLembe uqinise ubudlelwano obuhle phakathi kwezisebenzi nomqashi ngenhloso yokugcina kuhanjiswa kahle intuthuko kubantu njengoba wenze ingqungquthela yezinsuku ezimbili lapho obekucobelelwana ngamasu amahle angasetshenziswa ukuthuthukisa abantu abakhele lesi…
UMKHANKASO KAMASIPALA WOKUKHUCULULA ITHEKU
MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku usembhidlangweni wokuhlanza leli dolobha libe sesimweni elalivele laziwa ngaso eminyakeni eyedlule. Loyo oyiPhini likaMeya, uMnuz Philani Mavundla uthe bazokwenza konke okusemandleni ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi bayalihlanza idolobha,…
UMKHANDLU WETHEKU NOHLELO LOKUTHENGWA KWAMABUS AMASHA
MAGAYE CELE UMKHANDLU weTheku oholwa nguKhansela Mxolisi Kaunda sewubeke eceleni imali eshisiwe elinganiselwa ku-R450 million ezosetshenziselwa ukuthi kuthengwe amabus amasha oMkhandlu. Kuzokhumbuleka phela ukuthi ezokuThutha ngenye yezinto lo mkhandlu ohlezi ukuveza…
OwokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal utusa osonhlalakahle
TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal sewuchome uphaphe legwalagwala osonhlalakahle abangaphansi kwawo ngomsebenzi omqoka abawenzela isizwe nanokugcina inhlalakahle emphakathini. Ekhuluma emgubhweni wokubungaza osonhlalakhle uNkk Nonhlanhla Khoza ophathiswe lo mnyango esifundazweni…
UKUVALWA KWESIKHUNGO SOKUBHALELA AMA-LEARNERS
Udaba oluthunyelwe UMASIPALA wasOndini wazisa umphakathi ngokuvalwa kwesikhungo sokubhalela izincwadi zama – Learners. Lokhu kulandela isigameko esenzekile ngezikhathi zasekuseni namhlanje lapho umfundi obezovivinyelwa incwadi zokushayela wanyathela ngamandla wasuka enkundleni yokuvivinywa…
Kuliwa nokusetshenziswa kwezidakamizwa ezingemukelekile eMandeni
TSEPO MOTLOKOA LUBUNGAZWE ngokuhlukile usuku lwamalungelo abantu eMandeni njengoba umasipala wakhona ngokubambisana neMandeni Constituency Parliamentary benze imashi ezitaladini zaleli dolobha bexwayisa ngokusethenziswa budlabha kwezidakamizwa emphakathini. NgoMsombuluko weholi lomhlaka 21 March…
Imali izwa enye kuMasipala waKwaDukuza
TSEPO MOTLOKOA ZIHAMBELA phezulu izikhulu zikaMasipala waKwaDukuza kulandela ukuthi lo masipala uklonyeliswe ngoR1 million ngokuhamba phambili ekuhlinzekeni izakhimizi eziwakhele ngezidingo ngqangi ikakhulukazi ekuqoqweni kwemfucuza ngenhloso yokuvimba ukunganukubezeki kwemvelo. Sekungokwesibili ukuthi iminyaka…
Babonga izinhlelo zeKHOSOMBA LAMAJITHA abezempilo KwaZulu-Natal
TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezeMpilo KwaZulu-Natal ophathiswe uNkz Nomagugu Simelane ugezeke igilo ngomkhankaso wawo IKHOSOMBA LAMAJITHA njengoba bewuhambele kumasipala waseMooi-River uyokhuluma nabesilisa ngezindlela zokuzinakekela ngakwezempilo. UNgqongqoshe wawo lo mnyango uNkz Simelane obehola…
Owemidlalo yomoya kuKhozi FM ulekelela izikole zaseMkhumbane
TSEPO MOTLOKOA OWEMIDLALO yomoya kuKhozi FM uPhumzile Kubheka ongumsunguli woBhaqa Network utuse iqhaza lothisha baseMkhumbane Secondary School eCator Manor wabahlabisa ngengqama ebabonga ngeqhaza abalibambile ekufundiseni kahle izingane njengoba lesi sikole sithole u-97%…