UMeya nohlelo lokucijwa kwabantu abasha ngezeMfundo.
Magaye CeleLoyo oyiMeya yaseNewcatle, uKhansela uXolani Dube uthi UMkhandlu awuholayo uhlela ukwenza konke okusemandleni ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi abantu abasha bakule ndawo bathola usizo abalufunayo.UKhansela uDube ukhulume kanjena njengoba UMkhandlu awuholayo…
ISAZISO SOMPHAKATHI – UKUVALWA KOKUPHAKELWA KWAMANZI ELOWER THUKELA
USUKU* : NgoMsombuluko, 9 kuNhlaba 2022*ISIKHATHI* : 6h00 – 18h00 Umphakathi waKwaDukuza uyaziswa ukuthi inkampani ephakela uMasipala wesiFunda iLembe ngamanzi Umgeni Water ucele ukuvala amanzi ngokushesha kusukela kusasa ekuseni ngehora…
Sekuzoba nokuncima kukagesi
U-Eskom umemezele ukucinywa kukagesi okuhleliwe kwesigaba 2 kusukela ngo-5 ntambama namhlanje kuze uMsombuluko ngo-5 ekuseni.
Owezempilo nokusiza abakhahlanyezwe ikhukhula
Intatheliyephephandaba Ukudla nezindlu kunesidingo esikhulu kulabo abakhahlanyezwe yizikhukhula zakamuva kepha izinsiza zokwelapha nazo zibaluleke kakhulu. Yingakho ushayelwe ihlombe umnikelo kaDkt Nondumiso Mzizana weSikelela Medical and Dental Suppliers (PTY) Ltd awukhiphele izisulu…