sivubelaintuthuko.co.za
AFUKULE UMNOTHO AMAHHOTELA ESIFUNDA ILEMBE - Sivubela Intuthuko
MAGAYE CELE ANGENISE inzuzo enhle amahhotela esiFunda, iLembe ngenyanga eyedlule okuyinto ekhulise umnotho walesi siFunda. Kuvela ukuthi ngamaholidi izivakashi eziningi ebezihambele kwiLembe bezikuthakasela kakhulu ukuzinza kumahhotela akulesi siFunda. Amahhotela esiFunda, iLembe kanye naweseThekwini kubikwa ukuthi yiwona enze inzuzo enkulu kakhulu ngesikhathi samaholidi kaZibandlela. Izivakashi ezivakashele isiFunda, iLembe zilinganiselwa kumaphesnti angu-80 okuyinto ebonakale iwufukula kakhulu umnotho