sivubelaintuthuko.co.za
BAKHALA NGESIMO ESINGESIHLE EAMAOTI TRANSIT CAMP - Sivubela Intuthuko
By Nokulunga Majola Siyaqhubeka nokuba simbi isimo endaweni yaseNanda e-Amaoti Transit Camp kuShellbrook Street, enyakatho yeTheku njengoba izinto ziqhubeka nokonakala emva kokuba abahlali balendawo beshise izindlu zangasese bekhala ngokuthi bezingasanakekelwa. Ngonyaka odlule abahlali balendawo ababalelwa ku 360 bakhala ngesimo senhlalo esingesihle bethi uMasipala weTheku awubanakile njengoba izindlu zabo zangasese bese zingekho esimnweni esigculisayo. Lezindlu iningi