• AdminAdmin
  • August 7, 2024
  • 0 Comments
UWUSIZO UMTHOLAMPILO ONGUMAHAMBA NENDLWANE EZWELISHA 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO  Bayishayela ihlombe imizamo yoMnyango weZempilo esiFundazweni saKwaZulu-Natali sokuletha umtholampilo ongumahamba nendlwana endaweni yaseZwelisha eduze neVerulam nongenaso isikhungo sezempilo.  Ngokusho kwabahlali, lomtholampilo ufika kanye ngesonto ngoLwesine nosuwenze omkhulu…

  • AdminAdmin
  • August 7, 2024
  • 0 Comments
UBONGWE ESAPHILA OSETHATHA UMHLALAPHANSI EMANDENI 

INTATHELI YESIVUBELA INTUTHUKO  Kunconywe amagalelo loyo osethatha umhlalaphansi ngaphansi koMasipala waseMandeni  Unconywe ngamagalelo akhe nokuzimisela ekusebenzeleni umphakathi osethatha umhlalaphansi ngaphansi koMasipala waseMandeni.  UNkk Melody Mdunge obaziwa kakhulu ngokuthi u’Mam’ Mdunge…

  • AdminAdmin
  • August 7, 2024
  • 0 Comments
UMASIPALA WASERICHMOND UPHINDE WAHLABANA KWICIGFARO

Umkhandlu waseRichmond uphinde wathola umklomelo ohlonishwayo we-“Sound Financial Management” ngesikhathi sengqungquthela yesi-93rd eyaziwa ngokuthi i-Annual Chartered Institute of Government Finance Audit and Risk Officers (CIGFARO) ebibanjelwe eThekwini ngoLwesine, mhlaka -01…

×