• AdminAdmin
  • September 19, 2022
  • 0 Comments
Kuvuselelwa isibhedlela esinomlando eMgungundlovu

SECHABA MAKORO BAZIMISELE ngokusiphula izikhonkwane ezagqitshwa wuhulumeni wobandlululi abesigungu sebhodi elibheke ukusebenza kwesibhedlela sikahulumeni iNorthdale eMgungundlovu ngenhloso yokusenza sifane nezinye esezavuselelwa zaba sesimweni sokukwazi ukugculisa zonke izinhlanga. Ubuholi balesi sibhedlela bukhala…

  • AdminAdmin
  • May 2, 2022
  • 0 Comments
Owezempilo nokusiza abakhahlanyezwe ikhukhula

Intatheliyephephandaba Ukudla nezindlu kunesidingo esikhulu kulabo abakhahlanyezwe yizikhukhula zakamuva kepha izinsiza zokwelapha nazo zibaluleke kakhulu. Yingakho ushayelwe ihlombe umnikelo kaDkt Nondumiso Mzizana weSikelela Medical and Dental Suppliers (PTY) Ltd awukhiphele izisulu…

  • AdminAdmin
  • April 19, 2022
  • 0 Comments
I-MOWCS ilekelela abamukelwe ngamakhaya KwaZulu-Natal

TSEPO MOTLOKOA LUNGENA lulakanyana usizo lokusebenzisana noHulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal oluya kubantu abakhahlanyezwe yizikhukhula ezishiye izingxenye zedolobha laseThekwini, KwaDukuza nasoGwini abantu bengenamizi abanye balahlekelwa yimiphefumulo. Abe-Meals On Wheels Community Services (MOWCS)…

  • AdminAdmin
  • March 24, 2022
  • 0 Comments
OwokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal utusa osonhlalakahle

TSEPO MOTLOKOA UMNYANGO wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal sewuchome uphaphe legwalagwala osonhlalakahle abangaphansi kwawo ngomsebenzi omqoka abawenzela isizwe nanokugcina inhlalakahle emphakathini. Ekhuluma emgubhweni wokubungaza osonhlalakhle uNkk Nonhlanhla Khoza ophathiswe lo mnyango esifundazweni…

  • AdminAdmin
  • February 22, 2022
  • 0 Comments
UMASIPALA USINGATHE UMKHANKASO I-SHE CONQUERS 

Umbiko wekhasi likaFacebook (KwaMaphumulo) Izwe laseNingizimu Afrika elinesibalo esiphezulu se-HIV/AIDS phakathi kwabesifazane abasebasha namantombazane. UMasipala wakwaMaphumulo uhlanganyele nezinye izinhlaka zikahulumeni abaphethe impi yokulwa nalolu bhubhane mhla ubambe umkhanso i-SHE CONQUERS…

×