Browsing Category

Ezentsha

Kushikisha ufudu kudansa unwabu emacikweni aseMgungundlovu

TSEPO MOTLOKOA INTAKA ibekelwe amazolo emacikweni asafufusa esifundeni saseMgungundlovu njengoba ehlelelwe i-workshop yezinyanga ezingu-5 ngabe-Black Face Creative Projects lapho ecijwa khona ngomkhakha wokulingisa nowomculo kuhlanganisa nokufakwa kwawo emakethe. UXolani Zondi ongumqondisi weBalck Face Creative Projects owaduma emdlalweni
Read More...

KUSEGAZINI UKUSEBENZELA UMPHAKATHI

Nokulunga Majola "UMAMA wangifundisa ukuthi ngingajabuli uma omunye umuntu esosizini kodwa ngibe isixazululo enkingeni abhekene nayo," lawa amazwi ensizwa esencane yaseMzinyathi enyakatho neTheku uMnuz Menzi Bhengu.  UMnuz Bhengu

KUHLOMULE INTSHA KWEZOBUCHWEPHESHE

Kuvulwe ngokusemthethweni isikhungo esizosiza abantu abasha kwezobuchwepheshe besimanje eMkhumbane eCato Manor. Lokhu kuvulwa kwalesi sikhungo kuthathe izinsuku ezimbili okuyilapho kuvuleleke khona abantu abasha ukuba baveze konke