Browsing Category

Ezombusazwe

ihlehlile inkomfa ye-IFP

IQEMBU IFP lithi ukuhlehla kwenkomfa yokukhetha ubuholi obekumele ibanjwe ngempelasonto  esiya kuyona akusho ukuthi leliqembu sekukhona uqhekeko  ngaphakathi ebuholini.Leliqembu liveze lokhu esthangamini sabezindaba ebesibanjwe…

Buzohambela eMlazi ubuholi be-IFP ksasa

KULINDELEKE ukuthi ksasa iqembu IFP kwisiFunda saseThekwini lihambele elokishini laseMlazi esigcemeni sakwa-Q ngenhloso yokuyobheka ukungalethwa kwezidingongqangi zomphakathi ngendlela efanele. Esitatimendeni esikhishwe Ilona leli qembu…

Imemmezele ikomidi elisha NFP

IQEMBU NFP selikuqinisekilie ukuthi lizongenela ukhetho likazwelonke ngo 2019 libumbene.Leliqembu lisho lokhu esithangamini nabezindaba eThekwini izolo.Kuzokhumbuleka ukuthi leliqembu ubuholi babo bebufakene ezinkantolo ngenxa yezinto…

Usulile esikhundleni uManana

I-National Freedom Party (NFP) yamukela ukushiya kuka Mduduzi Manana esikhundleni.  Leli qembu lithi uMnu. Manana usedale umonakalo omkhulu owenze ukuthi axoshwe njenge lungu lephalamende kepha ne-ANC ibimvikela ingafuni ukuthi aqondiswe…

Uzohambela KZN uRamaphosa

UMENGAMELI weANC uMnuz. Cyril Ramaphosa kulindeleke ahambele isifundazwe saKwaZulu-Natali ngempelasonto ukuzokwethula ngokusemthethweni umkhankaso kaZwelonke ï”Thuma Mina”. URamaphosa uzovakashela isifunda uMusa Dladla, eThekwini kanye…

Uyagoqwa ksasa umkhuleko wesifundazwe

KULINDELEKE uNdunankulu wesifundazwe uMnzu. Willies Mchunu agoqe  inyanga yomkhuleko wesfundazwe enkundleni yezemidlalo Ugu Sport and Leisure Centre owamenyezelwa ikhabhinethi ngenhloso yokukhulekela  izigameko zobugebengu nokubulala…

Intsha yeqembu lezoMbusazwe i-Inkatha Freedom Party iYouth Brigade isebenzise usuku lwentsha ukuhlonipha ingqalabutho yoMholi waleliqembu umntwana waKwaPhindangene osehole leliqembu iminyakanyaka selokhu lasungulwa,uSihlalo we IFP Youth…