sivubelaintuthuko.co.za
OkwaDukuza kwabenza kahle kwezezimali - Sivubela Intuthuko
MAGAYE CELE LOYO oyiMeya yaKwaDukuza enyakatho yesiFundazwe seKwaZulu Natal, uKhansela uLindile Nhaca usekushayele ihlombe ukubalwa kwalo masipala njengeminye yebonakala yenza kahle kakhulu kwezezimali. Lokhu kuza ngemuva kokuba ucwaningo olwenziwe yi-Independency Financial Ratings Agancy lukubeke obala ukuthi uMasipala waKwaDukuza ubalwa neminye yenza kahle kakhulu kwezezimali. Kuvelile ukuthi ucwaningo lubuka izinhla ezahlukene kuzona okubalwa ukusebenza kukamasipala, uhlahlomali