sivubelaintuthuko.co.za
OwaseMandeni ukhuculule ukungcola kwaChappies naseBhidla - Sivubela Intuthuko
TSEPO MOTLOKOA UMASIPALA waseMandeni uhlaba ikhwele kubantu abakhele lomkhandlu ukusebenziswa izindawo ezihlinzekiwe ukulahla udoti ukuvika ukunubuzeka kwemvelo nokuthi abantu bahlale bephilile ngokuphefumula umoya onempilo. Abe-SWIFT baphume umkhankaso wabo kade kuvulwa izikole bahlanza ezinye izindawo ezakhele umgwaqo wakwaChappies naseBhidla njengoba bese kulahlwa udoti noma kanjani lokho obekwenza indawo kube sengathi kayinakekelwe ngokwenhlanzeko. Lokhu kuhlanzwa kulandela izikhalo kumbe