sivubelaintuthuko.co.za
Oweqembu laKwaZulu Natal nesifiso sokuyibamba phesheya - Sivubela Intuthuko
MAGAYE CELE UNENTSHISEKELO yokuyodlala emaqenjini amakhulu aphesheya kwezilwandle omunye wabadlali beMaritzburg United okuyiqebu lasesiFundazweni saKwaZulu Natal eligijima esigabeni esiphezulu seDSTV Premiership. Umdlali okukhulunywa ngaye lapha nguBrian Hlongwa obalwa nabanye babadlali basesiFundazweni saKwaZulu Natal abanekhono elimangalisayo kakhulu uma bengaphakathi enkundleni. Lo mdlali uthi eminyekeni ezayo angakujabulela kakhulu ukuthi azibone esekwelinye lamaqembu amakhulu akhona eNingizimu Afrika. Kodwa okukhulu