KUNGABE I-DA INASO YINI ISIXAZULULO SEZINKINGA EZIKHUNGETHE UMASIPALA WASETHEKWINI

Esithombeni: UKhansela Zamani Khuzwayo weDA obenengxoxo ekhethekile nethimba leSIvubela Intuthuko

Sivubela Intuthuko Newspaper ibe nengxoxo ekhethekile noKhansela uZamani Khuzwayo we-DA, lapho ekhuluma khona ngezinhlelo nezithembiso zeqembu lakhe zokubhekana nezinselelo ezibhekene nomphakathi waseThekwini.Ungaphuthelwa, Lalela ingxoxo egcwele, uzizwele ukuthi uthini ngezinhlelo ze-DA ngekusasa laseThekwini.Imibuzo yakho ibalulekile! Lalela, uhlaziye, bese uyasitshela: Yiziphi izinguquko ofuna ukuzibona eThekwini?