sivubelaintuthuko.co.za
Ugila izimanga owaseMandeni onekhono lokulwa - Sivubela Intuthuko
MAGAYE CELE UQHUBEKILE nokuvelela emdlalweni weMixed Martial Arts uNtando Zondi oneminyaka engu-26 yobudala futhi ngokudabuka ongowaseMandeni, KwaZulu Natal. Lokhu kuza ngemuva kokuba lo mshayisibhakela elwe impi yakhe yokuqala kwi-EFC okungeminye yemiqhudelwane emikhulu ezwenikazi lase-Afrika lonkana. Kulolu hlobo lokulwa abasuke belwa bashayana ngayo yonke indle bayalwa noma sekukhona olele phansi. Indlela alwe kahle ngakhona uZondi ishiye