sivubelaintuthuko.co.za
UMphakathi uhlonyuliswe ngokudla kanye noblankethi kwakhisimuzi - Sivubela Intuthuko
Magaye CeleLoyo oyilungu lePhalamende emahhovisini aseMandeni enyakatho yesiFundazwe saKwaZulu Natal unikelele ngamagilosa okudla abantu abadala bakule ndawo. Loyo nguNksz Makhosazane Zungu ngokuzalwa ongowakhona eMandeni. Ukunikelelwa kwalaba bantu abadala kuvelile ukuthi uNksz Zungu ubekwenza ngaphansi kohlelo olubizwa ngokuthi yiKhumbulekhaya Programme. Sebebonke abantu abadala abanyelwe yinyoni esandleni bahlomula ngamagilosa balinganiselwa ku-250. Bebekade bevela kumaward angu-18 ehlukene akhona